Dlulela kokuphakathi

Abangani

Kungaba nzima ukuba nabangani beqiniso, kungaba nzima nakakhulu ukubagcina! Ungaluthola kanjani uhlobo oluhle lwabangani futhi ulugcine?

Ukuthola Abangani Nokubagcina

Unjani Umngane Weqiniso?

Kulula ukuthola abangane mbumbulu, kodwa ungamthola kanjani umngane weqiniso?

Indlela Yokwenza Abangani Beqiniso

Amacebiso amane angakusiza uthuthuke kusukela ekubeni nobungani obungaqinile kuya ekubeni nobungani obujulile.

Kungani Ngingenabo Abangane?

Akuwena wedwa onesizungu futhi ongenabangane. Thola ukuthi abanye ontanga yakho babhekana kanjani nesizungu.

Indlela Yokubhekana Nesizungu

Ukuhlala unesizungu kuyingozi empilweni ngendlela efanayo nokubhema osikilidi abangu-15 ngosuku. Ungakugwema kanjani ukuzizwa ukhishwe inyumbazane futhi unesizungu?

Ukulwisana Nesizungu

Ingabe uhlushwa yisizungu? Sebenzisa leli shadi ukuze uthole ukuthi yini ekwenza ube nesizungu nokuthi yini ongayenza ukuze ubhekane naso.

Indlela Yokuthola Abangane Abathembekile

Funda ngalokho okwasiza uDavide noJonathani ukuba babe abangane abakhulu.

Kufanele Yini Ngithole Abangane Abengeziwe?

Ukuba nabangane abambalwa kungakwenza ukhululeke, kodwa ngezinye izikhathi kuyalimaza. Kanjani?

Ukwandisa Abangane Enginabo

Funda ukuthi kungani kubalulekile ukwandisa uhlobo lwabangane onabo, nokuthi ungakwenza kanjani.

Ubungane Noma Uthando?—Ingxenye 2: Ezani Izimpawu Engizithumelayo?

Kungenzeka yini umngane wakho azitshele ukuthi ufuna nibe ngaphezu kwabangane nje? Bheka la macebiso.

Ukubeka Imingcele

Thumela imiyalezo eqondile kubangani bobulili obuhlukile.

Izinselele

Yini Engingayenza Uma Umngane Wami Engiphatha Kabi?

Kufanele wazi ukuthi abekho abantu abangaxabani. Yini ongayenza lapho umngane wakho enza noma esho into ekuphatha kabi?

Ngingamelana Kanjani Nokucindezela Kontanga?

Thola ukuthi izimiso zeBhayibheli zingakusiza kanjani uphumelele.

Indlela Yokumelana Nokucindezela Kontanga

Ukucindezela kontanga kungenza umuntu olungile enze izinto ezimbi. Yini okufanele uyazi ngakho, futhi ungabhekana kanjani nakho?

Melana Nokucindezela Kontanga!

Izinyathelo ezine ezilula ongazithatha ukuze ube nesibindi sokuba nguwe.

Kungani Ngihlale Ngisho Izinto Ezingathandeki?

Yisiphi iseluleko esingakusiza ucabange ngaphambi kokuba ukhulume?

Ngingawalungisa Kanjani Amaphutha Ami?

Kungenzeka isixazululo asikho nzima njengoba ucabanga.

Ngenzenjani Uma Abantu Behleba Ngami?

Ungayisingatha kanjani inhlebo ukuze ingakulimazi noma yone idumela lakho?

Ngingayigwema Kanjani Inhlebo?

Noma nini lapho inkulumo elimazayo ingena engxoxweni, thatha isinyathelo ngokushesha!

Kubi Yini Ukwenza Sengathi Ufuna Ukuthandana Nothile?

Kubi yini ukwenza sengathi ufuna ukuthandana nothile? Ontanga yakho baxoxa ngokuthi ukhona yini ongalimala uma ukwenza.

Unobungane Noma Wenza Sengathi Ufuna Nithandane?

Into omunye angayibheka ngokuthi ukuba nobungane, ingenza omunye acabange ukuthi ufuna nithandane. Ungakugwema kanjani ukudlulisela umyalezo ongafanele?

Yini Okufanele Uyazi Ngokuthumelelana Imiyalezo Ngomakhale­khukhwini?

Ukuthumela imiyalezo ngomakhale­khukhwini kungaphazamisa ubungane bakho nabanye nedumela lakho. Thola ukuthi kanjani.

Indlela Yokubonisa Inhlonipho Lapho Uthumela Imiyalezo

Ingabe kuwukuba luhlaza ukuphazamisa ingxoxo ukuze nje ubheke umyalezo? Noma, ingabe kuwukuba luhlaza ukuwuziba ngoba nje ufuna ukuqhubeka nengxoxo?