Dlulela kokuphakathi

OFakazi BakaJehova—Izenzo Ezibonisa Ukholo, Ingxenye 2: Ukukhanya Makukhanye

Mkhulu umsebenzi owawuhlalele abaFundi BeBhayibheli njengoba babezama ukufeza umyalo kaJesu ‘wokwenza abantu bazo zonke izizwe babe abafundi.’ [Mathewu 28:19] Babezoba nabaphikisi abaningi. Ukuqonda kwabo ngemiBhalo kwakuyoqhubeka kukhula futhi ukholo lwabo lwaluzocwengwa. Ingxenye yesibili yalolu chungechunge lwama-video ichaza indlela uJehova ahole ngayo abantu bakhe kusukela ngo-1922 kuze kube manje.

 

Okunye Ongase Ukuthande

AMAVIDIYO EMIBIKO

OFakazi BakaJehova—Izenzo Ezibonisa Ukholo, Ingxenye 1: Ukuphuma Ebumnyameni

Lena indaba yabantu ababezimisele ukuphila ngokukhanya kweqiniso leBhayibheli, naphezu kokuphikiswa ababengase babhekane nakho. Isibonelo sabo sizokukhuthaza ukuba uqhubeke ukhonza uNkulunkulu ngokwethembeka.