PHAPHAMA! Ephreli 2013 | Ukuphela Kobudlova Basekhaya

Imfundo yeBhayibheli isize abaningi ukuba balahle ubudlova bese behlakulela umusa nenhlonipho esikhundleni sabo.

Ukubuka Okwezwe

Okukhulunywa ngakho kuhlanganisa: Umhlathi wokuqala wokufakelwa owenziwe ngomshini we-3-D nokusongelwa kwemvelo yase-Antarctica.

USIZO LOMNDENI

Indlela Yokugwema Inkulumo Elimazayo

Yini eningayenza uma wena noshade naye niye navumela amazwi alimazayo aphazamisa ubuhlobo benu?

INGXOXO NOTHILE

“Ngiyaqiniseka Ukuthi Ukuphila Kwadalwa UNkulunkulu”

Funda ngokuthi kungani usosayensi othile ashintsha umbono wakhe ngeBhayibheli, ukuziphendukela kwemvelo nemvelaphi yokuphila.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Ukuphela Kobudlova Basekhaya

Izimiso zeBhayibheli zingabasiza kanjani ngisho nabantu abanobudlova kakhulu ukuba bashintshe?

AMAZWE NABANTU

Ukuvakashela E-Indonesia

Funda ngesiko nemikhuba yalaba bantu abanobungane, isineke nomoya wokungenisa izihambi.

UMBONO WEBHAYIBHELI

Impilo

Funda ngalokho iBhayibheli elikushoyo ngokugula nendlela yokwelashwa.

Ngena Engosini Yethu Ngokushesha!

Amakhodi e-QR okungena ngokushesha engosini yethu aseyatholakala kuyi-Phaphama!

Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet

Wenzenjani Uma Uxhashazwa?

Abaningi abaxhashazwayo banomuzwa wokuthi akukho abangakwenza. Lesi sihloko sichaza lokho okungenziwa ukuze kulungiswe isimo.

UJakobe, U-Esawu Nesitshulu

Funda ngoJakobe no-Esawu! Zithathele lesi sithombe sokufunda, siprinte bese usifaka imibala.