PHAPHAMA! Mashi 2014 | Iqiniso Ebelifihliwe Ngendalo

Kunomehluko omkhulu phakathi kwalokho iBhayibheli elikushoyo ngendalo nalokho abantu abaningi abacabanga ukuthi liyakusho.

Ukubuka Okwezwe

Okukhulunywa ngakho kuhlanganisa: ukuzamazama komhlaba okubulalayo okubangelwe ukudonswa kwamanzi ngaphansi komhlaba, izwe elihamba phambili ekuchitheni imali kwezokuvakasha nokwenqatshelwa kwezikhwama zepulasitiki.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Iqiniso Ebelifihliwe Ngendalo

Ingabe ukulandisa kweBhayibheli ngendalo kuyavumelana nesayensi?

UMBONO WEBHAYIBHELI

Imali

Ingabe ngempela imali iyimpande yesono?

AMAZWE NABANTU

Ukuvakashela e-El Salvador

Laba abantu abanobungane “Bezwe Lezintaba-mlilo.”

Izinyembezi Zakho Eziyindida

Izinyembezi zethu zisenza sehluke ezilwaneni. Kanjani?

USIZO LOMNDENI

Lapho Udumazekile Ngomshado Wakho

Ingabe usofasilahlane wakho manje usengumuntu nje ozithola uphoqelekile ukuba uhlale naye? Izinyathelo ezinhlanu zingaba usizo emshadweni wenu.

INGABE KWAKLANYWA?

Isikhumba Senyoka

Yini eyenza isikhumba senyoka sivikeleke ngokwanele ukuba ikwazi ukucaca isihlahla esinesiqu esimaholoholo noma imbe esihlabathini esimahhadla?

Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet

Ungakuyeka Kanjani Ukuhlehlisa Izinto?

Thola amacebiso okuyeka ukuhlehlisa izinto!

Ungazi Kanjani Uma Lowo Muntu Ekufanele?

Iyiphi indlela ongabheka ngayo ngale kwalokho okusobala, ubone lokho lo muntu ayikho ngempela?

Okushiwo Ontanga Yakho Ngokuhlukunyezwa Ngokobulili

Yizwa lokho okushiwo abasha abahlanu ngokuhlukunyezwa nokuthi yini ongayenza uma kwenzeka kuwe.

Isivivinyo: Ubani Owasho La Mazwi? (Genesise 41-50)

Zithathele lo msebenzi bese ubona ukuthi ungakwazi yini ukuqondanisa amagama abantu namazwi abawasho.