PHAPHAMA! Disemba 2014 | Okufanele Ukwazi Ngokuphazamiseka Kwengqondo

Izifo zengqondo zingamkhubaza kakhulu umuntu, kodwa abantu abaningi abanezinkinga zengqondo abazami ukuthola usizo lwezokwelapha. Kungani?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Okufanele Ukwazi Ngokuphazamiseka Kwengqondo

Izinyathelo ezingu-9 ezingakusiza ubhekane ngokuphumelelayo nenkinga yengqondo.

Ukubuka Okwezwe

Izihloko zihlanganisa: irekhodi lesilwane esiphile isikhathi eside kakhulu, ichibi elidumile elisengozini yokusha, kanye nesikhathi esiyingozi kakhulu onyakeni sokuhlaselwa inhliziyo.

USIZO LOMNDENI

Indlela Yokuzehlisa

Izinyathelo ezine ezingakusiza wena noshade naye nigweme ukuphikisana kunalokho nithole izixazululo ndawonye.

Amehlo Amakhulu—Umzimba Omncane!

Ngalinye iso lalesi silwane esinelukuluku lokwazi likhulu kunobuchopho baso.

INGXOXO NOTHILE

Uprofesa Wezezimali Uchaza Ngokholo Lwakhe

Uprofesa uStephen Taylor uthi ukutadisha iBhayibheli kuwukubekela ikusasa okungcono kakhulu ake wakwenza.

UMBONO WEBHAYIBHELI

Umhlaba

Ingabe umhlaba uzobhujiswa?

Uhlu Lwezihloko Ze-Phaphama! Zika-2014

Uhlu oluhlukaniswe ngemikhakha lwezihloko ezanyatheliswa kumagazini ka-2014.