INQABAYOKULINDA No. 1 2021 | Kungani Kufanele Sithandaze?

Kwake kwenzeka yini wazizwa sengathi uNkulunkulu akayiphenduli imithandazo yakho? Uma kunjalo, awuwedwa.

Lokho Abantu Abakushoyo Ngokuthandaza

Ingabe ukuthandaza kuyisipho esiyigugu esivele kuNkulunkulu, noma kuyinto engasizi ngalutho?

Ingabe UNkulunkulu Uyayizwa Imithandazo Yethu?

IBhayibheli lisiqinisekisa ngokuthi uNkulunkulu uyasilalela lapho sithandaza ngendlela efanele.

Kungani UNkulunkulu Engayiphenduli Yonke Imithandazo?

IBhayibheli lembula uhlobo lwemithandazo uNkulunkulu ayiphendulayo naleyo angayiphenduli.

Ungathandaza Kanjani Ukuze UNkulunkulu Akuzwe?

Khuluma noNkulunkulu noma nini nangasiphi isikhathi, buthule noma uphimisele. UJesu wasisiza nokuba sazi ukuthi sithini.

Kungakusiza Kanjani Ukuthandaza?

Umthandazo ungakusiza kanjani ubhekane nezinselele zakho?

Ingabe UNkulunkulu Uyayizwa Imithandazo Yakho?

IBhayibheli lithi uma uthandaza kuNkulunkulu, uyakuzwa futhi ufuna ukukusiza.