Dlulela kokuphakathi

Intsha Iyabuza

Abangane

Kungani Ngingenabo Abangane?

Akuwena wedwa onesizungu futhi ongenabangane. Thola ukuthi abanye ontanga yakho babhekana kanjani nesizungu.

Kufanele Yini Ngithole Abangane Abengeziwe?

Ukuba nabangane abambalwa kungakwenza ukhululeke, kodwa ngezinye izikhathi kuyalimaza. Kanjani?

Ubungane Noma Uthando?—Ingxenye 2: Ezani Izimpawu Engizithumelayo?

Kungenzeka yini umngane wakho azitshele ukuthi ufuna nibe ngaphezu kwabangane nje? Bheka la macebiso.

Yini Engingayenza Uma Umngane Wami Engiphatha Kabi?

Kufanele wazi ukuthi abekho abantu abangaxabani. Yini ongayenza lapho umngane wakho enza noma esho into ekuphatha kabi?

Kungani Ngihlale Ngisho Izinto Ezingathandeki?

Yisiphi iseluleko esingakusiza ucabange ngaphambi kokuba ukhulume?

Ngenzenjani Uma Abantu Behleba Ngami?

Ungayisingatha kanjani inhlebo ukuze ingakulimazi noma yone idumela lakho?

Kubi Yini Ukwenza Sengathi Ufuna Ukuthandana Nothile?

Kubi yini ukwenza sengathi ufuna ukuthandana nothile? Ontanga yakho baxoxa ngokuthi ukhona yini ongalimala uma ukwenza.

Yini Okufanele Uyazi Ngokuthumelelana Imiyalezo Ngomakhale­khukhwini?

Ukuthumela imiyalezo ngomakhale­khukhwini kungaphazamisa ubungane bakho nabanye nedumela lakho. Thola ukuthi kanjani.

Umndeni

Ngingasebenzelana Kanjani Nabazali Bami?

Hlola izinyathelo ezinhlanu ezingakusiza uqede ezinye izingxabano, futhi wenze eziphakamayo zingashubi kakhulu.

Ingabe Imithetho Yasekhaya Inesidingo Ngempela?

Ingabe unenkinga nemithetho yabazali bakho yasekhaya? Nanka amacebiso angakusiza ube nombono omuhle.

Ngingabenza Kanjani Abazali Bami Ukuba Bangethembe?

Akubona abasebasha kuphela okufanele bafunde ukwethembeka.

Kungani Abazali Bami Bengafuni Ngizijabulise?

Ingabe kufanele ngihambe ngaphandle kwemvume ngiyozijabulisa noma kufanele ngibe qotho kubazali?

Kuthiwani Uma Umzali Wami Egula?

Akuwena wedwa omusha obhekene naleso simo. Thola ukuthi yini esize abanye babhekana naso.

Kuthiwani Uma Abazali Bami Behlukana?

Ungabudedela kanjani ubuhlungu, ulaka nentukuthelo?

Kungani Kumelwe Ngenze Ukuthula Nezingane Zakithi?

Uyabathanda, kodwa ngezinye izikhathi bayakucasula.

Yini Engingayenza Ukuze Abanye Bahloniphe Izindaba Zami Nezinto Zami?

Ingabe kubonakala sengathi abazali bakho bangenela ezindabeni zakho nasezintweni zakho? Ingabe kukhona yini ongakwenza ukuze unciphise lowo muzwa wokuthi bayangenela?

Ingabe Sengikulungele Ukuhamba Ekhaya?

Yimiphi imibuzo okufanele uyibuze ngaphambi kokwenza izinqumo ezibalulekile?

Ezobuchwepheshe

Yini Okufanele Ngiyazi Ngemidlalo Yama-computer?

Ingase ibe nezinzuzo ezithile kanye nobubi obuthile, kokubili okungenza awukaze ucabange ngako.

Yini Okufanele Uyazi Ngokuthumelelana Imiyalezo Ngomakhale­khukhwini?

Ukuthumela imiyalezo ngomakhale­khukhwini kungaphazamisa ubungane bakho nabanye nedumela lakho. Thola ukuthi kanjani.

Kubaluleke Kangakanani Ukulandelwa Abantu Abaningi Ezinkundleni Zokuxhumana?

Abanye bafaka ukuphila kwabo engozini ukuze nje balandelwe abantu abaningi kuthandwe namaphosti abo. Kodwa kubaluleke ngaleyo ndlela yini ukulandelwa abantu abaningi?

Ngingenzenjani Uma Ngihlukunyezwa Kuyi-Internet?

Okufanele ukwazi, nongakwenza ukuze uzivikele.

Yini Okufanele Ngiyazi Ngokwenza Izinto Eziningi Kanyekanye?

Ungakwazi yini ukwenza imisebenzi emininga ngaphandle kokuphazamiseka?

Yini Engingayenza Ukuze Ngikwazi Ukugxilisa Ingqondo?

Cabanga ngezinto ezintathu ezobuchwepheshe ezingakuphazamisa kuzo ungakwazi ukugxilisa ingqondo yakho nalokho ongakwenza ukuze uthuthuke.

Yini Okufanele Ngiyazi Ngokuthumelelana Imiyalezo Yocansi?

Ingabe uphoqelelwa ukuba uthumele izithombe zobulili? Iyini imiphumela yokuthumelelana izithombe zobulili? Ingabe kumane kuwukudlala ngothando okungenabo ubungozi?

Isikole

Ngingawenza Kanjani Umsebenzi Wami Wesikole Ngiwuqede?

Uma unenkinga yokwenza umsebenzi wakho wesikole wasekhaya, ikhambi lingaba ukuthi, ungazikhandli ngokweqile, kodwa yenza umsebenzi wakho ngokuhlakanipha.

Kuthiwani Uma Ngingasithandi Isikole?

Ingabe uthisha wakho ukubangela isithukuthezi? Ingabe ezinye ezifundo zibonakala sengathi azinamsebenzi walutho?

Wenzenjani Uma Uxhashazwa?

Abaningi abaxhashazwayo banomuzwa wokuthi akukho abangakwenza. Lesi sihloko sichaza lokho okungenziwa ukuze kulungiswe isimo.

Indalo Noma Ukuziphendukela Kwemvelo?​—Ingxenye 1: Kungani Kufanele Ukholelwe KuNkulunkulu?

Ingabe ungathanda ukuba nesibindi kakhudlwana sokuchaza ukuthi kungani ukholelwa kuNkulunkulu? Thola amacebiso okuthi ungaphendula kanjani uma othile ekubuza ngezinkolelo zakho.

Indalo Noma Ukuziphendukela Kwemvelo?​—Ingxenye 4: Ngingakuchaza Kanjani Ukukholelwa Kwami Endalweni?

Akudingeki ube ungoti kwezesayensi ukuze uchaze ukuthi kungani wena ubona kunengqondo ukuthi izwe elinezinto eziphilayo kwadalwa. Sebenzisa izibonelo ezilula nezinengqondo ezitholakala eBhayibhelini.

Amakhono Azokusiza

Ngingayilawula Kanjani Indlela Engizizwa Ngayo?

Ukushintshashintsha kwemizwa kuyinto evamile, kodwa abantu abasha abakuqondi kahle. Izindaba ezinhle ziwukuthi ungakwazi ukuqonda nokulawula indlela ozizwa ngayo.WEB:OnSiteAdTitleNgingayilawula Kanjani Indlela Engizizwa Ngayo?

Ngingayilawula Kanjani Intukuthelo Yami?

ImiBhalo emihlanu engakusiza uhlale uzolile lapho ucasulwa othile.

Ngingabhekana Kanjani Nokukhathazeka?

Amacebiso amahlanu angakusiza wenze ukukhathazeka kukuzuzise kunokuba kukulimaze.

Ngingabhekana Kanjani Nesenzakalo Esibuhlungu?

Abasebasha bakhuluma ngalokho okwabasiza ukuba babhekane ngokuphumelelayo nalokho okwabehlela.

Ngingamelana Kanjani Nezilingo?

Nazi izinto ezintathu ezingakusiza umelane nezilingo.

Ngingasihlela Kanjani Isikhathi Sami?

Kunamacebiso amahlanu angakusiza ugweme ukuchitha isikhathi ezintweni ezingabalulekile.

Ngingakugwema Kanjani Ukuphelelwa Amandla Ngenxa Yokukhandleka Ngokweqile?

Kubangelwa yini? Ingabe nawe usengcupheni? Uma kunjalo, yini ongayenza?

Ungakuyeka Kanjani Ukuhlehlisa Izinto?

Thola amacebiso okuyeka ukuhlehlisa izinto!

Ngingayilawula Kanjani Indlela Engisebenzisa Ngayo Imali?

Wake wangena esitolo ungahlosile ukuthenga, kodwa waphuma usuthenge into ebizayo? Uma kunjalo, lesi sihloko sizokusiza.

Ngingabhekana Kanjani Namaphutha Ami?

Wonke umuntu uyawenza amaphutha, kodwa akuyena wonke umuntu ofundayo kuwo.

Kungani Kufanele Uthembeke?

Akubazuzisi yini abantu ukungathembeki?

Nginokwethe­njelwa Kangakanani?

Enye intsha inikezwa inkululeko eyengeziwe kunenye. Yini eyenza kube nalo mehluko?

Ngiphikelela Kangakanani?

Ngenxa yokuthi wonke umuntu uyabhekana nezinkinga, kubalulekile ukuba ube umuntu ophikelelayo ngisho noma izinkinga zakho zizincane noma zizinkulu.

Yini Engingayenza Ukuze Ngikwazi Ukugxilisa Ingqondo?

Cabanga ngezinto ezintathu ezobuchwepheshe ezingakuphazamisa kuzo ungakwazi ukugxilisa ingqondo yakho nalokho ongakwenza ukuze uthuthuke.

Ingabe Sengikulungele Ukuhamba Ekhaya?

Yimiphi imibuzo okufanele uyibuze ngaphambi kokwenza izinqumo ezibalulekile?

Ingabe Kubaluleke Ngempela Ukuba Nenhlonipho?

Ingabe iyisidala noma ingabe isadingeka nanamuhla?

Kungani Ngihlale Ngisho Izinto Ezingathandeki?

Yisiphi iseluleko esingakusiza ucabange ngaphambi kokuba ukhulume?

Kungani Kufanele Ngixolise?

Bheka izizathu ezintathu ezinhle zokuthi ‘ngiyaxolisa,’ ngisho noma uzibona ungekho ephutheni.

Kungani Kufanele Ngisize Abanye?

Ukwenzela abanye izinto ezinhle kukuzuzisa ngezindlela ezimbili okungenani. Yiziphi?

Ngenzenjani Uma Abantu Behleba Ngami?

Ungayisingatha kanjani inhlebo ukuze ingakulimazi noma yone idumela lakho?

Yini Engingayenza Uma Umngane Wami Engiphatha Kabi?

Kufanele wazi ukuthi abekho abantu abangaxabani. Yini ongayenza lapho umngane wakho enza noma esho into ekuphatha kabi?

Wenzenjani Uma Uxhashazwa?

Abaningi abaxhashazwayo banomuzwa wokuthi akukho abangakwenza. Lesi sihloko sichaza lokho okungenziwa ukuze kulungiswe isimo.

Okuphathelene Nawe Siqu

Kungani Kufanele Wenqabe Umbono Okha Phezulu Wezokusakaza?—Ingxenye 1: Eqondene Namantombazane

Iningi lentsha ecabanga ukuthi ibonakala ihlukile kwabanye abantu, limane nje lizivumelanisa nalokho elikubona emithonjeni yezokusakaza.

Kungani Kufanele Wenqabe Umbono Okha Phezulu Wezokusakaza?—Ingxenye 2: Eqondene Nabafana

Ingabe ukulandela umbono okha phezulu kungakwenza ungakhangi kwabanye?

Nginokwethe­njelwa Kangakanani?

Enye intsha inikezwa inkululeko eyengeziwe kunenye. Yini eyenza kube nalo mehluko?

Kungani Kufanele Uthembeke?

Akubazuzisi yini abantu ukungathembeki?

Ngiphikelela Kangakanani?

Ngenxa yokuthi wonke umuntu uyabhekana nezinkinga, kubalulekile ukuba ube umuntu ophikelelayo ngisho noma izinkinga zakho zizincane noma zizinkulu.

Ngingawuqeqesha Kanjani Unembeza Wami?

Unembeza wakho uveza lokho oyikho nalokho okukholelwayo. Unembeza wakho wembulani ngawe?

Ingabe Ulindele Ukuba Yonke Into Ingabi Naphutha?

Ungawubona kanjani umehluko phakathi kokuzama ukwenza into kahle nokuzama ukwenza into engaphezu kwamandla akho?

Kubaluleke Kangakanani Ukulandelwa Abantu Abaningi Ezinkundleni Zokuxhumana?

Abanye bafaka ukuphila kwabo engozini ukuze nje balandelwe abantu abaningi kuthandwe namaphosti abo. Kodwa kubaluleke ngaleyo ndlela yini ukulandelwa abantu abaningi?

Kungani Kufanele Ngisize Abanye?

Ukwenzela abanye izinto ezinhle kukuzuzisa ngezindlela ezimbili okungenani. Yiziphi?

Ngingabhekana Kanjani Namaphutha Ami?

Wonke umuntu uyawenza amaphutha, kodwa akuyena wonke umuntu ofundayo kuwo.

Ngingamelana Kanjani Nezilingo?

Nazi izinto ezintathu ezingakusiza umelane nezilingo.

Ngibukeka Kanjani?

Funda ngendlela ongagwema ngayo amaphutha amathathu avame kakhulu kwezemfashini.

Ingabe Ukhathazeke Ngokweqile Ngendlela Obukeka Ngayo?

Uma ikukhathaza indlela umzimba wakho obukeka ngayo, ungaba kanjani nombono olinganiselayo ngawe?

Imikhuba Emibi

Ingabe Kubi Ngempela Ukuthuka Inhlamba?

Yini engalungile ngento evamile njengokuthuka inhlamba?

Kungani Kufanele Ugweme Izithombe Ezingcolile?

Izithombe ezingcolile zifana kanjani nogwayi?

Kuthiwani Uma Ngiwumlutha Wezithombe Zobulili Ezingcolile?

IBhayibheli lingakusiza uqonde lokho izithombe zobulili ezingcolile eziyikho ngempela.

Ngingamelana Kanjani Nezilingo?

Nazi izinto ezintathu ezingakusiza umelane nezilingo.

Yini Okufanele Ngiyazi Ngokwenza Izinto Eziningi Kanyekanye?

Ungakwazi yini ukwenza imisebenzi emininga ngaphandle kokuphazamiseka?

Ungakuyeka Kanjani Ukuhlehlisa Izinto?

Thola amacebiso okuyeka ukuhlehlisa izinto!

Isikhathi Ongasisebenzisi

Ingabe Kunendaba Ukuthi Ngikhetha Muphi Umculo?

Ngenxa yokuthi umculo unamandla, funda ukuthi ungawukhetha kanjani ngokuhlakanipha.

Yini Okufanele Ngiyazi Ngemidlalo Yama-computer?

Ingase ibe nezinzuzo ezithile kanye nobubi obuthile, kokubili okungenza awukaze ucabange ngako.

Yini Okufanele Ngiyazi Ngezemidlalo?

Hlola lokho okudlalayo, indlela odlala ngayo nokuthi udlala kangakanani.

Ngingasihlela Kanjani Isikhathi Sami?

Kunamacebiso amahlanu angakusiza ugweme ukuchitha isikhathi ezintweni ezingabalulekile.

Ngenzenjani Uma Ngibhorekile?

Ingabe imishini yezobuchwepheshe ingasiza? Ingabe indlela obheka ngayo izinto ingawenza umahluko?

Kungani Abazali Bami Bengafuni Ngizijabulise?

Ingabe kufanele ngihambe ngaphandle kwemvume ngiyozijabulisa noma kufanele ngibe qotho kubazali?

Ucansi

Ngingabhekana Kanjani Nokuhlukunyezwa Ngokobulili?

Funda ukuthi kuyini ukuhlukunyezwa ngokobulili nokuthi yini ongayenza uma uhlukunyezwa.

Yini Okufanele Ngiyazi Ngokuhlukunyezwa Ngokobulili?​—Ingxenye 1: Izinyathelo Zokuphepha

Amacebiso amathathu angakusiza ugweme ukuhlukunyezwa ngokobulili.

Yini Okufanele Ngiyazi Ngokuhlukunyezwa Ngokobulili?—Ingxenye 2: Ukululama

Funda lokho okushiwo abathile abake bahlukunyezwa kodwa manje asebalulama.

Ngingazichaza Kanjani Izinkolelo Zami Mayelana Nocansi?

Uma ubuzwa ukuthi: ‘Awukaze ulale namuntu?’ ungakwazi yini ukuchaza izinkolelo zakho mayelana nocansi usebenzisa iBhayibheli?

Ingabe Ukuphululana Izitho Zangasese Ngomlomo Kuwucansi Ngempela?

Ingabe umuntu ophululwe isitho sangasese ngomlomo useyintombi nto noma insizwa nsi?

Ingabe Ubutabane Abulungile?

Ingabe iBhayibheli lifundisa ukuthi izitabane zingabantu ababi? Ingabe umKristu angakwazi ukujabulisa uNkulunkulu naphezu kokuzizwa ethanda abobulili obufana nobakhe?

Ngikhangwa Abantu Bobulili Obufana Nobami—Ingabe Lokho Kusho Ukuthi Ngingungqingili?

Ingabe akulungile ukuba nesifiso sokuba ungqingili? Yini okufanele ngiyenze?

Ngingakugwema Kanjani Ukucabanga Ngocansi?

Yiziphi izinto ongazenza lapho imicabango yocansi ikufikela?

Kuthiwani Ngezifungo Zokuzigcina Umsulwa?

Ingabe zizokusiza ugweme ukuya ocansini ungashadile?

Yini Okufanele Ngiyazi Ngokuthumelelana Imiyalezo Yocansi?

Ingabe uphoqelelwa ukuba uthumele izithombe zobulili? Iyini imiphumela yokuthumelelana izithombe zobulili? Ingabe kumane kuwukudlala ngothando okungenabo ubungozi?

Kungani Kufanele Ugweme Izithombe Ezingcolile?

Izithombe ezingcolile zifana kanjani nogwayi?

Kuthiwani Uma Ngiwumlutha Wezithombe Zobulili Ezingcolile?

IBhayibheli lingakusiza uqonde lokho izithombe zobulili ezingcolile eziyikho ngempela.

Ngingamelana Kanjani Nezilingo?

Nazi izinto ezintathu ezingakusiza umelane nezilingo.

Ezokuthandana

Ingabe Ngikulungele Ukuthandana Nothile?

Amaphuzu amahlanu akusiza ubone ukuthi ukulungele yini ukuthandana nothile nokushada.

Kubi Yini Ukwenza Sengathi Ufuna Ukuthandana Nothile?

Kubi yini ukwenza sengathi ufuna ukuthandana nothile? Ontanga yakho baxoxa ngokuthi ukhona yini ongalimala uma ukwenza.

Ubungane Noma Uthando?—Ingxenye 1: Ezani Izimpawu Engizitholayo?

Thola amacebiso angakusiza wazi ukuthi othile ukuthumelela izimpawu zothando noma umane efuna ubungane nje.

Ubungane Noma Uthando?—Ingxenye 2: Ezani Izimpawu Engizithumelayo?

Kungenzeka yini umngane wakho azitshele ukuthi ufuna nibe ngaphezu kwabangane nje? Bheka la macebiso.

Yini Engingayenza Uma Ngihlukene Nomuntu Ebengithandana Naye?

Funda indlela yokululama kulobo buhlungu benhliziyo.

Impilo

Ngenzenjani Uma Nginenkinga Yempilo? (Ingxenye 1)

Abasha abane bachaza ngezinto ezibasizayo ukuze babhekane nezinkinga zabo zempilo futhi bahlale benombono oqondile.

Ngenzenjani Uma Nginenkinga Yempilo?—(Ingxenye 2)

Funda ngokulandisa okuvela entsheni eyafunda ukubhekana nezinkinga zempilo ezinkulu kuyilapho ilondoloze umbono omuhle.

Ngenzenjani Uma Nginenkinga Yempilo? (Ingxenye 3)

Ukulandisa kwabasebasha abathathu kungakusiza ufunde ukubhekana nezinkinga zakho ngokuphumelelayo.

Ngingabhekana Kanjani Nokuthomba?

Funda ukuthi yini ongayilindela nokuthi ungabhekana kanjani noshintsho ngokuphumelelayo.

Ngingakugwema Kanjani Ukuphelelwa Amandla Ngenxa Yokukhandleka Ngokweqile?

Kubangelwa yini? Ingabe nawe usengcupheni? Uma kunjalo, yini ongayenza?

Yini Okufanele Ngiyazi Ngotshwala?

Funda ukugwema izinkinga ezingokomthetho, idumela elibi, ukuhlukunyezwa ngokocansi, ukuba umlutha nokufa.

Imizwa Engemihle

Ngingayilawula Kanjani Indlela Engizizwa Ngayo?

Ukushintshashintsha kwemizwa kuyinto evamile, kodwa abantu abasha abakuqondi kahle. Izindaba ezinhle ziwukuthi ungakwazi ukuqonda nokulawula indlela ozizwa ngayo.WEB:OnSiteAdTitleNgingayilawula Kanjani Indlela Engizizwa Ngayo?

Yini Engingayenza Uma Ngicindezelekile?

Izinto ezibalwe kulesi sihloko zingakusiza ululame.

Ngingabhekana Kanjani Nokukhathazeka?

Amacebiso amahlanu angakusiza wenze ukukhathazeka kukuzuzise kunokuba kukulimaze.

Ngingayilawula Kanjani Intukuthelo Yami?

ImiBhalo emihlanu engakusiza uhlale uzolile lapho ucasulwa othile.

Ingabe Ulindele Ukuba Yonke Into Ingabi Naphutha?

Ungawubona kanjani umehluko phakathi kokuzama ukwenza into kahle nokuzama ukwenza into engaphezu kwamandla akho?

Ngiphikelela Kangakanani?

Ngenxa yokuthi wonke umuntu uyabhekana nezinkinga, kubalulekile ukuba ube umuntu ophikelelayo ngisho noma izinkinga zakho zizincane noma zizinkulu.

Ngingabhekana Kanjani Nesenzakalo Esibuhlungu?

Abasebasha bakhuluma ngalokho okwabasiza ukuba babhekane ngokuphumelelayo nalokho okwabehlela.

Wenzenjani Uma Uxhashazwa?

Abaningi abaxhashazwayo banomuzwa wokuthi akukho abangakwenza. Lesi sihloko sichaza lokho okungenziwa ukuze kulungiswe isimo.

Ngingenzenjani Uma Ngihlukunyezwa Kuyi-Internet?

Okufanele ukwazi, nongakwenza ukuze uzivikele.

Ngingabhekana Kanjani Nokuthomba?

Funda ukuthi yini ongayilindela nokuthi ungabhekana kanjani noshintsho ngokuphumelelayo.

Kungani Ngizisika?

Ukuzilimaza kuyinkinga kubantu abaningi abasha. Uma uthambekele kulo mkhuba, ungaluthola kanjani usizo?

Ngingakugwema Kanjani Ukuphelelwa Amandla Ngenxa Yokukhandleka Ngokweqile?

Kubangelwa yini? Ingabe nawe usengcupheni? Uma kunjalo, yini ongayenza?

Yini Okufanele Ngiyazi Ngokuhlukunyezwa Ngokobulili?—Ingxenye 2: Ukululama

Funda lokho okushiwo abathile abake bahlukunyezwa kodwa manje asebalulama.

Ubuhlobo Bakho NoNkulunkulu

Indalo Noma Ukuziphendukela Kwemvelo?​—Ingxenye 1: Kungani Kufanele Ukholelwe KuNkulunkulu?

Ingabe ungathanda ukuba nesibindi kakhudlwana sokuchaza ukuthi kungani ukholelwa kuNkulunkulu? Thola amacebiso okuthi ungaphendula kanjani uma othile ekubuza ngezinkolelo zakho.

Indalo Noma Ukuziphendukela Kwemvelo?​—Ingxenye 4: Ngingakuchaza Kanjani Ukukholelwa Kwami Endalweni?

Akudingeki ube ungoti kwezesayensi ukuze uchaze ukuthi kungani wena ubona kunengqondo ukuthi izwe elinezinto eziphilayo kwadalwa. Sebenzisa izibonelo ezilula nezinengqondo ezitholakala eBhayibhelini.

Kungani Kufanele Ngithandaze?

Ingabe ukuthandaza kumane nje kuyinto engenza ngizizwe ngcono?

Kungani Kufanele Ngiye Emihlanganweni Eba SeHholo LoMbuso?

Kabili ngesonto, oFakazi BakaJehova baba nemihlangano endaweni ebizwa ngokuthi iHholo LoMbuso. Kwenzekani kuleyo mihlangano, futhi ukuya kuyo kungakusiza kanjani?

Lingangisiza Kanjani IBhayibheli?Ingxenye 1: Ukufunda IBhayibheli Lakho

Ukube ubungathola ibhokisi elidala eligcwele umcebo, ubungeke yini ufune ukwazi ukuthi ungathola malini ngezinto eziphakathi? IBhayibheli liyafana nalelo bhokisi elinomcebo. Ligcwele amagugu amaningi.

Lingangisiza Kanjani IBhayibheli?—Ingxenye 2: Kujabulele Ukufunda IBhayibheli

Kunezinto ezinhlanu ezingakusiza wenze ukufunda iBhayibheli kube mnandi.

Ngingawuqeqesha Kanjani Unembeza Wami?

Unembeza wakho uveza lokho oyikho nalokho okukholelwayo. Unembeza wakho wembulani ngawe?

Ingabe Kufanele Ngibhapathizwe?—Incazelo Yobhapathizo

Uma ucabanga ukubhapathizwa, kufanele uqonde kuqala ukuthi kusho ukuthini.

Ingabe Kufanele Ngibhapathizwe?​—Ukulungiselela Ubhapathizo

Sebenzisa le mibuzo ukuze uthole ukuthi usukulungele yini ukubhapathizwa.

Ingabe Kufanele Ngibhapathizwe?​—Ngibanjwe Yini?

Uma wethuka lapho ucabanga ukubhapathizwa, lesi sihloko singakusiza.

Yini Okufanele Ngiyenze Ngemva Kokubhapathizwa?​—Ingxenye 1: Hlale Umatasa

Ngemva kokubhapathizwa kwakho, yiba nobungani obuhle noNkulunkulu. Qhubeka ufunda iBhayibheli, uthandaza, uxoxa ngezinkolelo zakho, uya nasemihlanganweni yobuKristu.

Yini Okufanele Ngiyenze Ngemva Kokubhapathizwa?​—Ingxenye 2: Gcina Ubuqotho Bakho

Thola indlela ongasifeza ngayo isifungo sakho sokuzinikezela kuJehova.

Izihloko Ezindala

Ungazi Kanjani Uma Lowo Muntu Ekufanele?

Iyiphi indlela ongabheka ngayo ngale kwalokho okusobala, ubone lokho lo muntu ayikho ngempela?

Ingabe Kufanele Sihlukane? (Ingxenye 1)

Umshado uyisibopho okungamelwe sinqamuke. Ngakho, uma ungaqiniseki ngomuntu othandana naye, ungayizibi leyo mizwa!

Ingabe Kufanele Sihlukane?—(Ingxenye 2)

Ukuqeda ubuhlobo akulula neze. Iyiphi indlela engcono yokukwenza? Yini engakusiza ukuba ubhekane nokudumala kwangemva kokwehlukana?