Imisebenzi Yokwakha

IMISEBENZI YOKWAKHA

Ukusebenza NoFakazi BakaJehova

Thola ukuthi kunjani ukusebenza noFakazi BakaJehova lapho benza imisebenzi emikhulu yokwakha.

IMISEBENZI YOKWAKHA

Ukusebenza NoFakazi BakaJehova

Thola ukuthi kunjani ukusebenza noFakazi BakaJehova lapho benza imisebenzi emikhulu yokwakha.

Umbukiso 7 Wezithombe ZaseWarwick (WangoSepthemba 2016 Kuya KuFebhuwari 2017)

Zonke izakhiwo zaseWarwick seziyasetshenziswa. ESakhiweni Samahhovisi/Sezinkonzo Zomkhaya, bangaphezu kuka-250 abantu abasebenza emibukisweni emithathu yeminyuziyamu kusukela iqalwa ize iyoqedwa.

AmaHholo OMbuso OFakazi Abayisigidi

Kusukela ngo-1999, angaphezu kuka-5 000 amaHholo oMbuso akhiwe eMexico nasemazweni angu-7 eMelika Ephakathi. Kungani abantu abangebona oFakazi bahlale bemagange ukubona iHholo LoMbuso elisha emphakathini wabo?

Umbukiso 1 Wezithombe WaseBrithani (Ka-January Kuya Ku-August 2015)

Bona intuthuko esiyenziwe ekwakhiweni kwegatsha laseBrithani eduze nedolobha iChelmsford,e-Essex.

Umbukiso 4 Wezithombe ZaseWarwick (Ka-May Kuya Ku-August 2015)

Kwaqedwa izindonga nophahla esakhiweni sokuhlala, kwafakwa amabhuloho abahamba ngezinyawo phakathi kwezakhiwo kwaqalwa nemisebenzi eminingana yokulungisa igceke.

Umbukiso 1 wezithombe zasePhilippines (ka-February 2014 kuya ku-May 2015)

OFakazi BakaJehova bakha izakhiwo ezintsha balungisa nezindala ehhovisi legatsha lasePhilippines eQuezon City.

Umbukiso 3 Wezithombe ZaseWarwick (Ka-January Kuya Ku-April 2015)

Ngo-February, kwase kunabangu-2500 ababesebenza lapha usuku ngalunye, kukhona namavolontiya esikhashana angaba ngu-500 afika masonto onke. Bona intuthuko.

Umbukiso 2 Wezithombe ZaseWarwick (Ka-September Kuya Ku-December 2014)

Kuyaqhubeka ukwakhiwa kwendlunkulu yomhlaba wonke yoFakazi BakaJehova. Ngesinye izikhathi, kwake kwasebenza o-crane abangu-13 ngesikhathi!

Umbukiso 1 Wezithombe ZaseWallkill (Ka-July 2013 Kuya Ku-October 2014)

Bheka intuthuko esiyenziwe emsebenzini wokunwetshwa kwezakhiwo zegatsha loFakazi BakaJehova e-Wallkill, eNew York, e-U.S.A.

Umbukiso 1 Wezithombe ZaseWarwick (Ka-May Kuya Ku-August 2014)

Bona omunye womsebenzi owenziwe eSakhiweni Sokulungisa Izimoto, amaHhovisi Okuqondisa/Isakhiwo Sezinkonzo Zomkhaya nezakhiwo zokuhlala u-C no-D.

OFakazi BakaJehova—Ukwakha Ngaphandle Kokuvinjelwa Yimingcele

Abantu BakaJehova abanobunye banqoba imingcele yamazwe, eyamasiko neyolimi ukuze bakhe amaHholo OMbuso kanye nezinye izakhiwo, kube udumo kuJehova.

INigeria Iqeda AmaHholo OMbuso Angu-3000

Kwaba nomhlangano okhethekile ngenxa yokwakhiwa kwamaHholo OMbuso okuyingqopha-mlando eNigeria. Kwakhulunywa ngomlando omfushane womsebenzi woFakazi BakaJehova kusukela ngawo-1920.

IHholo Lomhlangano Elisha Ehlathini Lemvula Lase-Amazon

Ukuze beze emhlanganweni wesigodi noma wesifunda kuleli Hholo Lomhlangano, abanye oFakazi bahamba ngomkhumbi izinsuku ezintathu!

Ezamuva ngeWarwick #2

Izisebenzi zokuzithandela ezivela nxazonke zomhlaba zisebenza ndawonye emsebenzini wokwakha isakhiwo esizoba indlunkulu yomhlaba wonke yoFakazi BakaJehova.

Ukwakha AmaHholo OMbuso Ezindaweni Ezikude

Bona indlela amaqembu ezisebenzi zokuzithandela ayisihlanu aye akha ngayo amaHholo OMbuso amabili ngezinsuku ezingu-28.

Ukuvikela Izilwane Nemvelo EWarwick

OFakazi BakaJehova sebeqalile ukwakha indlunkulu yabo entsha yomhlaba wonke endaweni yasemaphandleni eNew York State. Bayivikela kanjani imvelo?

Kwakhiwe AmaHholo OMbuso Ayinkulungwane Futhi Kusadingeka Amanye

OFakazi BakaJehova ePhilippines baqopha umlando ngohlelo lwabo olukhethekile lokwakha amaHholo OMbuso.

Isenzakalo Esiyingqopha-mlando Endlunkulu Yomhlaba Wonke

OFakazi BakaJehova bakha indlunkulu yomhlaba wonke eWarwick, eNew York. Bayaqiniseka ukuthi uNkulunkulu uyabasekela ekwenzeni lo msebenzi.

Izisebenzi Zokuzithandela Ziguqula Indawo EseTuxedo

OFakazi BakaJehova base-United States nabakwamanye amazwe basiza emsebenzini wokwakha eTuxedo, eNew York. Kungani besiza?

Ezakamuva NgeWarwick #1

Umsebenzi uyaqhubeka esakhiweni esizoba indlunkulu yomhlaba wonke yoFakazi BakaJehova eWarwick, eNew York. Yizwa lokho okushiwo izisebenzi zokuzithandela ezingoFakazi ngomsebenzi wazo.

Bacela Umsebenzi Hhayi Inkokhelo

Kule minyaka engu-28 edlule, oFakazi BakaJehova bakhé izakhiwo emazweni angu-120, besiza ngamakhono abo futhi benikela ngesikhathi sabo ngaphandle kokuholelwa. Funda okwengeziwe ngalesi simiso esikhethekile sokwakha.

Ezamuva Mayelana Nokukhuliswa Kwesakhiwo SaseWallkill

Bukela iziqeshana ze-video zalokho okusanda kufezwa esakhiweni saseWallkill.

Umsebenzi Wokwakha EWallkill NaseWarwick Uqhubekela Phambili

Imisebenzi emibili yokwakha ebalulekile yoFakazi BakaJehova e-United States iqhubekela phambili ngenxa yokuzikhandla kwezisebenzi zokuzithandela ezivela kulo lonke leli.

Umhloli Wezokuphepha Uncoma OFakazi

E-Australia, oFakazi BakaJehova banconywa ngenxa yokulandela imithetho yezokuphepha.

Isiqeshana Se-video: Izinhlelo Zokuthuthela Indlunkulu Yomhlaba Wonke YoFakazi BakaJehova Kwenye Indawo

Bheka indawo esenyakatho neNew York lapho sihlela ukuthuthela khona indlunkulu yethu yomhlaba wonke.

Indlunkulu YoFakazi BakaJehova Iyathutha

Ngemva kokuba seBrooklyn, eNew York, kusukela ngo-1909, kungani sithuthela enyakatho yeNew York?