Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Ngiyajabula Ngokuthi Nginqobile

Ngiyajabula Ngokuthi Nginqobile

Dawuniloda:

  • Iphepha Lamanothi

  1. 1. Ngilingwa zinsuku zonke,

    I’z’ling’ ezintsha njalo—zinsuku zonke.

    Angazi ng’zolingwa ngani.

    Kodwa noma ngabe yin’, ng’yazi ng’nekhambi

    Nginganqoba uma ng’zolile,

    Futhi ngiz’lungiselele​—

    Ngikwazi eng’zokwenza

    Uma k’fika is’lingo.

    Kuke kube nzim’ uk’nqoba,

    Bese ngithandaza kuJah.

    (CHORUS)

    Ng’thandazel’ uk’nqoba—

    Zonke izilingo.

    Ng’thandazel’ uk’nqoba,

    Ng’thembek’ usuku lonke.

  2. 2. Eziny’ iz’lingo z’yabuya.

    Uk’fun’ ukwamukelwa—kubuya njalo.

    Ngeziny’ iz’khath’ izingane

    Zenza okubi kuJah emehlweni kaJah​—

    Zifuna nami ngenze lokho.

    Azibon’ abangan’ bami.

    Ngivele ngikhumbule.

    Ang’fun’ uk’fana nazo

    Mina nging’fakazi kaJah,

    Ang’nas’zathu sok’dumala.

    (CHORUS)

    Nginqobe uvivinyo.

    Ng’thembeke usuku lonke.

    Nginqobe uvivinyo.

    Ng’jabule ngok’nqoba.