Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

UJehova Uyakwamukela

UJehova Uyakwamukela

Dawuniloda:

  • Iphepha Lamanothi

  1. 1. Sengathi bekuyizolo

    Lapho waz’ igama lam,

    Laze lak’thinta.

    Kodwa waduka.

    Yize kwake kwak’lungela,

    Wajabul’ is’khashana,

    Wawusafisa ukubuya.

    (CHORUS)

    Ngiyakwamkela.

    Ungaqala phansi.

    Khosela kimi

    Uthole uk’thula

    Ok’vela kimi.

  2. 2. Ngifisa wazi ukuthi

    Yin’ ok’melwe uyenze​—

    Likhon’ ithemba futhi k’zolunga.

    Izandla zam’ zivuliwe;

    Woz’ okhosela kimi.

    Ungajabula

    Ngok’qala phansi.

    (CHORUS)

    Ngiyakwamkela.

    Ungaqala phansi.

    Khosela kimi

    Uthole uk’thula

    Ok’vela kimi.

    Mngan’ wami.