INQABAYOKULINDA Meyi 2013 | Ingabe UNkulunkulu Unonya?

Izinhlekelele zemvelo esizibonayo namuhla nezahlulelo zikaNkulunkulu eziseBhayibhelini zenza abanye abantu bangabaze izisusa zikaNkulunkulu. Ingabe amaqiniso abonisa ukuthi uNkulunkulu unonya ngempela?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Kungani Abantu Bethi UNkulunkulu Unonya?

Abantu abaningi bacabanga ukuthi uNkulunkulu unonya noma akanandaba. Lithini iBhayibheli?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Izinhlekelele Zemvelo—Ingabe Ziwubufakazi Bokuthi UNkulunkulu Unonya?

Njengoba uNkulunkulu weqiniso eluzonda unya, kungani evumela ukuba izinhlekelele zemvelo zibulale abantu abangenacala?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Izahlulelo ZikaNkulunkulu—Ingabe Zazibonisa Ukuthi Unonya?

Ukuze siphendule lo mbuzo, cabanga ngezibonelo ezimbili zesahlulelo sikaNkulunkulu eziseBhayibhelini—uZamcolo wosuku lukaNowa nokuqothulwa kwabantu baseKhanani.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Uzomethemba Yini UNkulunkulu?

Thola ukuthi ungayithola kanjani injabulo ngokwazi uNkulunkulu njengoMngane ongamethemba.

IBHAYIBHELI LISHINTSHA UKUPHILA

“Ngangifuna Ukuba Umfundisi”

Kusukela esengumfana, uRoberto Pacheco wayenomgomo wokuba umfundisi esontweni lamaKatolika. Thola ukuthi yini eyashintsha ukuphila kwakhe.

IZINDLELA ZOKWENZA UMNDENI UJABULE

Indlela Yokuphatha Izihlobo Zomndeni Wakho Wokutholwa

Imithetho yeBhayibheli ingabasiza kanjani osingamzali ukuba babe nobuhlobo obuhle nabangane, izihlobo, ngisho nabantu ababeshade nabo?

SONDELA KUNKULUNKULU

Ingabe UJehova Uyakukhathalela Ngempela?

Ingabe kunzima kuwe ukukholelwa ukuthi uNkulunkulu uyasikhathalela? Amazwi kaJesu akuJohane 6:44 anikeza ubufakazi bokuthi uNkulunkulu uyasikhathalela.

Izimpendulo Zemibuzo YeBhayibheli

Ingabe uNkulunkulu uyazithethelela ngisho nezono ezinkulu? Uma sifuna ukwamukelwa uNkulunkulu, yini okumelwe siyenze?

Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet